Inkomo edla yodwa - umuntu ongafuni ukuzibandakanya nabanye abantu. Kusuke kuchazwa umuntu ongathandi ukuhamba nabanye abantu noma ongathandi ukuzihlanganisa nabanye abantu, okungaba abangane, isibonelo: uma usebenza emsebenzini ngesikhathi sekhefu wonke umuntu uyaphuma ayodla nabaye, uma kukhona ongadli nabanye, ozihlalela yedwa lowomuntu uyinkomo edla yodwa.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |